username:

password:



 

 Songs
 Albums
 Diggers
 Comments
 Blogwalls

 About


445,329 Albums + 604,843 Individual Songs
Send
Send
 
 
Descriptions

Zulu Gospel Song With Lyrics "Qaphelani isiphetho sesintu" | God Is Mankind's Only Salvation





Zulu Gospel Song With Lyrics \"Qaphelani isiphetho sesintu\" | God Is Mankind's Only Salvation

UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
Zilaleiphimbo Lakhe zibonumsebenzi Wakhe;
zinakisiphetho sesintu;
zimenzuNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;
zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu,
njengalokhisizukulwane
sika-Abraham saphilesibusisweni sikaJehova,
njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphilengadini yase-Edeni.

Umsebenzi kaNkulunkulu unjengamagagasi agubha kakhulu;
akekho ongamgcina noma abophe izinyawo Zakhe.
Ngokulaleliphimbo Lakhe Balandele Yena
izinyathelo Zakhe zilandeleke nezithembiso Zakhe zamukelwe.
Bonke abanye bayobhekana nokubhujiswa bamukelisijeziso esibafanele.
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
Zilaleiphimbo Lakhe zibonumsebenzi Wakhe;
ziqaphelisiphetho sesintu.
Qaphelani isiphetho sesintu.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

South African Gospel Music \"Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke\" https://www.youtube.com/watch?v=vzYR15MWURg
South African Gospel Song | UNkulunkulu Ubeka Ithemba Lakhe Ngokuphelele Kumuntu https://youtu.be/PPoopQ00FL8
South African Latest Gospel Song \"Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho\" https://www.youtube.com/watch?v=YKRWm76_ZhI
South African Gospel Song \"UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo\" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu https://www.youtube.com/watch?v=1WPp78vUqy4

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Sicela uqaphele: Onke amavidiyo akulesi siteshi abukwa mahhala. Akuvunyiwe nhlobo ukuba noma yimuphi umuntu noma iqembu bafake, baguqule, bahlanekezele, noma bacaphune noma yimaphi amavidiyo asesiteshini seYoutube SeBandla LikaNkulunkulu USomandla ngaphandle kokugunyazwa kuqala. IBandla LikaNkulunkulu USomandla linelungelo lokufuna noma ziphi kanye nazo zonke izixazululo zomthetho lapho kukhona noma yikuphi ukwephulwa kwale migomo. Sicela uqale usithinte ngezicelo zokusabalalisa emphakathini.

IVANGELI LOKUFIKA KOMBUSO: https://zu.kingdomsalvation.org/
IBandla LikaNkulunkulu USomandlahttps://zu.godfootsteps.org/
Wamukelekile ukuthwebula i-app yeBandla LikaNkulunkulu uSomandla
Google Play : https://play.google.com/store/apps/details?id=org.godfootsteps.thechurchofalmightygod
App Store : https://apps.apple.com/za/app/the-church-of-almighty-god/id1166298433

Izingoma Ezintsha Zombuso App:
Google play: http://bit.ly/2WJSz17
App store: https://apple.co/2KnS8b9

E-mail: contact.zu@kingdomsalvation.org
inombolo: +33-62-95-66-925


© 2021 Basing IT